UNgqongqoshe wezeMfundo eGauteng uthi usengcupheni impilo yakhe

2018-01-17 12:31

Johannesburg - UNgqongqoshe wezemfundo eGauteng uPanyaza Lesufi ngoLwesibili uvumile ukuthi impilo yakhe isengozini kodwa wathi akethukile.

ULesufi ubephendula okushiwo yilungu le-right wing group, i-praag‚ elimtshele esithangamini sabezindaba eGoli ngoLwesibili ukuthi uMnyango unenkinga nezikole ezifundisa ngesiBhunu.

Esithangamini, uLesufi uthe uMnyango uzosidlulisela phambili isinqumo esikhishwe yiNkantolo eNkulu ngoMsombuluko ukuba siqhubeke isikole nokufunisa ngesiBhunu, singabamukeli abakhuluma isiNgisi.

ULesufi uqale wenqaba ukuphendula imibuzo ye-praag.

OLUNYE UDABA: Inyunyana izongenela isiteleka enyuvesi ngodaba lwamaholo

Kodwa ngasekupheleni, uLesufi ukhulume nobemele i-praag‚ ethe kwi-website yayo uzonda isiBhunu.

ULesufi uthe uyazi ukuthi i-praag izosebenzisa imininingwane evele esithangamini kwi-website yayo.

“Lekhu bakwenza yonke indawo. Ngakho, yebo, impilo yami isengozini kodwa angethukile. Angidingi ukuvikelwa, angidingi ukuba kuqiniswe ezokuphepha.”

ULesufi uthe wajoyina umzabalazo ekuqonda ukuthi uphakathi kokufa kokuphila.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.