UNgqongqoshe wezemiDlalo ufuna umbiko ngesigameko saseMoses Mabhida

2018-04-24 11:00

Durban - UNgqongqoshe wezemiDlalo nezokuNgcebeleka uTokozile Xasa ufuna ngokushesha ukubona umbiko ngodlame oluqubuke eMoses Mabhida Stadium eThekwini, nolushiye kulimale abantu abangu-18, oyedwa kubona walimala kabi,” kusho okhulumela uNgqongqoshe, uVuyo Mhaga, ngoMsombuluko.

"Kuzomele sifinyelele esiphethweni ngokwenzekile,” kusho uMhaga, kulandela isigameko esenzeke ngemuva kokuba iKaizer Chiefs yehlulwe ngo-2-0 idlala neFree State Stars ngoMgqibelo.

Uthe, nakuba uphenyo ngesigameko sase-FNB ngonyaka odlule lwamiswa ngenxa yezinselelo, “akuphelile ngalolo”. Kuleso sigameko, esenzeka ngoJulayi 29, 2017, kwashona abalandeli ababili, kwalimala abangu-21.

IPremier Soccer League (PSL) isiyithwese icala iKaizer Chiefs ngokuthela ngehlazo iligi nangokungaziphathi kahle kwabalandeli bayo, kanti isiyalele iChiefs ukuba ivele phambi kwekomidi eliqondisa izigwegwe le-PSL ngoMeyi 3.

OLUNYE UDABA: "IKaizer Chiefs ayilugqugquzeli udlame"

Okhulumela i-PSL uLuxolo September utshele iNews24 ukuthi unogada oqoshwe eshaywa, useshikhiswe esibhedlela.

Khonamanjalo, uPhelelani Jojisa uvele eNkantolo kaMantshi eThekwini ngoMsombuluko ngecala lokucekela phansi impahla.

Icala lakhe lihlehliselwe uLwesithathu.

Okhulumela amaphoyisa uBrigadier Jay Naicker uthe amaphoyisa aqale abopha abantu ababili, kodwa kubukeka kunguJojisa kuphela kubona othintekayo okwamanje.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.