UNgqongqoshe wezeMpilo uthi bazama ukuthola umsuka wesifo esesibulale abaningi

2018-01-09 14:03

EKapa – UNgqongqoshe wezeMpilo uDkt Aaron Motsoaledi uthi abasebenzi boMnyango wakhe basazama ukuthola umsuka wesifo iListeriosis.

Okwamanje, okwamanje simi ku-727 isibalo sabantu okuqinisekiswe ukuthi banalesi sifo eNingizimu Afrika kusukela ekuqaleni konyaka odlule, kanti bangu-61 asebashonile ngenxa yaso.

UMotsoaledi uthe abasebenzi balo Mnyango abakwazi ukuyamanisa ukuqubuka kwalesi sifo nezindawo zasemadeleni, yize kube nezimpawu zalesi sifo emadeleni asePitoli.

OLUNYE UDABA: Kungase kubheduke isifo samarabi eKZN

Uthi kuningi okumele kuhlolwe ukuze kubonakale ukuthi siqubuke kuphi lesi sifo.

“Yize kutholakale izimpawu ezithile ezihambisana nalesi sifo lapho kusetshenzelwa khona emadeleni, kusamele kuhlolisiswe kahle le ndawo kanye nokudla okukhiqizwa khona ukuze kubonakale ukuthi asiqubukanga yini lapha lesi sifo,” kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.