UNgqongqoshe wezokuThutha ugxeke isiteleka samatekesi

2017-06-15 16:01

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuThutha, uJoe Maswanganyi, ngoLwesine ugxeke osomatekisi ngokuvala imigwaqo emikhulu eGautng, kwadaleka isiphithiphithi esifundazweni.

Izindawo eziningi eGoli, eMidrand nasePitoli bekungahambeki kuzo ngoLwesine ngemuva kokuba abamatekisi abangaphansi kwenhlangano iSouth African National Taxi Council (Santaco) bavale imizila emikhulu, baze baduna namaloli amakhulu ukuze bezokwazi ukuvala imigwaqo.

OLUNYE UDABA:#TaxiStrike: "Ucishe wathola isibhaxu okhiphele osomatekisi isibhamu

UMasipala waseTshwane nawo uphoqeleke ukuba umise ukusebenza kwamabhasi ngemuva kokuba kukhandwe amabhasi ambalwa ngamatshe, kanti uMnyango wezeMfundo eGauteng wona ukhiphe isixwayiso kubazali ukuba bazame ukugcina izingane emakhaya ngenxa yalesi siteleka.

Esitatimendeni, uMaswanganyi ugxeke "udlame olukhonjiswe osomatekisi".

"Yize ngokoMthethosisekelo kuyilungelo lawo wonke umuntu ukuzwakalisa ilaka lakhe, kodwa lokho kufanele kwenziwe ngokomthetho," kusho isitatimende.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.