Unikezwe isigwebo esilengisiwe uMessi - Umbiko

2016-07-06 14:31

Cape Town – Umdlali wase-Argentina, odlalela iBarcelona, uLionel Messi kubikwa ukuthi unikezwe isigwebo sezinyanga ezingu-21 esejele ngokukhwabanisa intela.

Ngokusho kombiko weBBC, ubaba wakhe uJorge Messi, naye ugixabezwe ngesigwebo ngokukhwabanisela iSpain imali ebalelwa ku-€4.1m phakathi kuka-2007 no-2009.

Laba bazophinde bahlawuliswe izigidi zama-Euro ngokubhacisa izizumbulu zabo eBelize nase-Uruguay ukuze babalekele ukukhokha intela.

OLUNYE UDABA: UMessi usezovela enkantolo ngamacala enkohlakalo

Nokho, laba kuthiwa akubukeki sengathi bazoya ejele.

Ngokomthetho waseSpain, izigwebo ezingaphansi kweminyaka emibili ziyalengiswa.

Lo mdlali nobaba wakhe balahlwe yila macala ngoLwesithathu enkantolo eseBarcelona.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.