Unkosikazi kaBlack Coffee ushintshe isibongo kuTwitter

2017-01-24 10:00

Cape Town – Unkosikazi kaDJ wakuleli odume umhlaba wonke, u-Enhle Mbali, useshintshe isibongo sakhe enkundleni yezokuxhuma, iTwitter.

UBlack Coffee kanye no-Enhle Mbali bebegubha ukuhlangana kwabo ngomshado omhlophe owubukhazikhazi ngaphambilini kule nyanga. Lezi zithandani zashada umshado wesintu eminyakeni engu-7 eyedlule.

OLUNYE UDABA: Buka: UDJ 'efaka' impama imenenja yomrepha

Manje lo saziwayo kumabonakude useshintshele igama lakhe kuTwitter ekubeni ngu-Enhle Mbali Maphumulo nokuyisibongo somyeni wakhe.

Ngale kwalokho lo mlingisi kuyimanje ushutha imovie entsha nalapho ekanye nomama wakhe.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.