Unkosikazi uthole igunya lokuphenya ama-akhawunti eshende lendoda

2016-08-08 08:21

Durban – Unkosikazi ogilwe umyeni wakhe unelungelo lokuphenya ama-akhawunti eshende lendoda yakhe uma ekholwa wukuthi umyeni uyifihle kulo imali, kubika iThe Mercury.

Lesi isinqumo esikhishwa umahluleli uPiet Koen eNkantolo eNkulu ePietermaritzburg lapho kuqulwa khona eledivozi.

Unkosikazi unikezwe igunya lokuphenya ama-akhawunti eshende njengoba yena nomyeni wakhe weminyaka engu-48 behlukanisa.

OLUNYE UDABA:Kuthungathwa osolwa ngokubulala ishende likankosikazi

Lo mahluleli uthe: “Kwisigameko esifanayo lapho unkosikazi agunyazwa ukubona ama-akhawunti eshende kwatholakala ukuthi ishende lalinemali engango-R5.5 miliyoni kodwa kwathi kungakapheli nonyaka kwabe kungena u-R16 miliyoni.”

“Ngakhoke nakulokhu uma lomama esola ukuthi umyeni wakhe ufihla imali ngegama leshende kumele kuphenywe kabanzi ukuze konke kuhlale obala.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.