Unogada waseThekwini uhlabane no-R33m we-Lotto

2016-11-23 08:01

Durban - Ayikholwanga indoda yaseThekwini, KwaZulu-Natal, engunogada iphenduke isicebi ngokuphazima kweso ngemuva kokuwina isizumbulu semali engu-R33 million weLotto kule nyanga.

Le ndoda eyathenga ithikithi lika-R45 eHollywood Bets eThekwini yayisetohweni ngesikhathi ithola ukuthi yiyo ewinile, kanti ithi yayicabanga ukuthi iyaphupha. Ngaphambi kokuwina iLotto ithi ibiphila ngeholo layo elincane.

OLUNYE UDABA: Uhluleke nokuzibamba izinyembezi owase-Soweto owine i-Lotto

"Ngizoqinisekisa ukuthi ngeke ngiphinde ngihlupheke empilweni yami futhi ngizokwenza isiqiniseko sokuthi impilo yami ihlale isesimeni esikahle," kusho le ndoda.

Le ndoda ithe ayikaze iwine lutho empilweni yayo, yathi njengamanje isiyakholwa ukuthi abantu bayayiwina ngempela iLotto.

Lo mnumzane uthi waqala ukudlala iLotto eminyakeni engu-16 eyedlule.

Ngale mali le ndoda ithe ifuna ukuthengela umndeni wayo umuzi kanti enye izoyilondoloza.

The Mercury

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.