UNokia uzobuyisa i-3310 yodumo

2017-02-14 11:02

Johannesburg – Inkampani yaseFinland eyakha omakhalekhukhwini, iHMDikhaya elisha lamafoni akwaNokia, isimemezele ukuthi izokwethula kabusha ifoni yakwaNokia eyake yadlisa kakhulu i-3310 kanye namanye amafoni amabili.

Le foni eyaqala ukwethulwa ngonyaka ka-2000, neyaba ngenye yamafoni adla ubhedu cishe ukuwadlula wonke emhlabeni , kulindele ukuthi ishaye ibuya.

OLUNYE UDABA: Ifuna ukumisa kabi uSamsung ifoni entsha yaseChina

I-3310 yaqala ukudlisa ngasekuqaleni kweminyaka yama-2000 nalapho okwase kuqala khona ukudlisa kwamafoni ane-screen esinemibala, angenalo uluthi (aerial), kanjalo nalawo anokudlidliza (vibrate) uma ngabe kukhona okuthintayo.

Nokho le foni yayingenabo ubuchwepheshe obutheni  uma kuqathaniswa namafoni esimanje njengoba yona yayikwazi ukuthi yamukele iphinde ithumele imiyalezo (SMSes) kanjalo nokwenza izingcongo.

Kodwa-ke yayidlise ngamidlalo (games) ayethandwa kakhulu afana neSnake kanye neSpace Impact.

Njengoba iHMD sekuyiyona ephethe uNokia, isigxile kakhulu ekwenzeni amafoni angadlile ngobuchwepheshe obusezingeni eliphezulu futhi angakwazi ngisho nokusebenzisa i-internet.

Le nkampani kulindeleke ukuba yethule i-3310 kanye namanye amafoni amabili angama-smartphones futhi azosebenzisa ubuchwepheshe be-Android - nokuyiNokia 5 kanye neNokia 3. Lokhu kuza ngemuva kokuthi besanda kwethula iNokia 6.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
 

Our top picks for doggo post of the week

All the best social media shared posts about our favourite furry friends!

 

Paws

Meet the unstoppable two-legged cat taking over the interwebs!
10 foods you should NEVER feed your dog!
Pet owners are spending thousands on animal birthday parties! Here’s why…
WOOF Project: The pop-up dog adoption station
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.