Unqantshelwe ibheyili osolwa ngokudlwengula abazukulu

2016-07-11 12:33

Johannesburg - Inqatshelwe ibheyili indoda eneminyaka engu-52 ubudala eNkantolo yeMantshi yaseKempton Park ngemuva kokuboshelwa izinsolo zokudlwengula abazukulu bayo e-Edleen, eKempton Park, e-East Rand.

Le ndoda kusolwa ukuthi yanukubeza abazukulu bayo ababili eneminyaka engu-9 ubudala eneminyaka engu-10 ubudala ngoJulayi nangoDisemba ngo-2015, kubika iKmepton Park Express.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe osolwa ngokudlwengula isihlobo

Kusolwa ukuthi ngemuva kokuvulwa kwecala lo mkhulu wanyamalala endaweni wahamba nonkosikazi wakhe wayohlala eKapa lapho aboshelwe khona ngemuva kwezinyanga ezingu-5 ecashe emzini kamfowabo.

Umsolwa kuthiwa angase alibalekele icala, kubika iThe Citizen.

Ukuqulwa kwecala kuhlehliselwe umhl;aka-8 Agasti.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.