Unqatshelwe ibheyili umeluleki wesikole ePMB

2016-07-19 10:02

Pietermaritzburg - Unqatshelwe ibheyili umeluleki weikole iScottsville Primary eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu.

Lo meluleki oneminyaka engu-31 ubudala ubhekene namacala amabili okudlwengula namabili okuhlukumeza ngokocansi.

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo umeluleki wesikole osolwa ngokudlwngula abafana

Uboshwe kulo nyaka ngemuva kokuba abazali bekhale ngemidlalo eyayidlalwa uma sekululekwa izingane.

Kusolwa ukuthi le ndoda yayithatha izingane zabafana ezineminyaka ephakathi kwengu-4 nengu-9 ubudala ibavalele ehhhovisi layo lapho eyayizidlwengulela khona noma izihlukumeze ngokocansi.

Owe-NPA Natasha Ramkisson-Kara uthe udaba luhlehliselwe umhlaka-22 Agasti ukuze kuzoqhutshekwa nophenyo, kubika iNewswatch.

Kubikwe ukuthi imantshi ikholwa wukuthi lo meluleki engalibalekela icala nokuthi angase aphazamise ubufakazi noma ofakazi uma engase adedelwe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.