UNtando Duma usehlabane ngohlelo olusha ku-Touch HD

2017-09-01 16:02

Durban - ITouchHD nokungumsakazo osakaza ku-internet usuqashe izintokazi ezimbili ezingosaziwayo ukuba zisakaze kuwo.

Lo msakazo umemezele abasakazi ababili abasha, okungumethuli wezinhlelo zakumabonakude uLalla Hirayama kanye nomlingisi uNtando Duma.

ULalla uzojoyisa uTbo Touch ohlelweni lwakhe iThe Touchdown, kanti uNtando yena uzoshayela uhlelo lwansukuzonke iBlack Twitter .

OLUNYE UDABA:Kushaqeke abalaleli umsakazo wakuleli udlala ucansi lwangempela emoyeni

Kusenjalo, kuvele nokuthi intokazi esakaza kulesi siteshi, uThembisa Mdoda, isithi khumu.

“UThembisa usezogxila kweminye imisebenzi emisha. Simufisela okuhle kodwa ezinhlelweni zakhe nangekusasa lakhe,” kusho lesi siteshi ngesitatimende.

Lesi siteshi sibuye saveza ukuthi kuzoba noshintsho oluzohlukanisa u-Arye noRorisang asebezophatha izinhlelo zabo ngabodwana.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.