UNtsiki Mazwai uthi uKhanyi Mbau "akahlakaniphile"

2016-07-19 19:00

Le ntokazi eyimbongi ithi i-EFF izoluwina ukhetho ngoba inembokodo ehluzekile nehlakaniphile kanti i-ANC inoKhanyi Mbau, kubika iDrum.

“Ukuba usaziwayo akausho ukuthi ungusolwazi,”kusho uMazwai.

OLUNYE UDABA:'Akekho umuntu othi ufuna ukufana noNtsiki Mazwai'

Le ntokazi isho lokhu ngesikhathi kunedili elenzelwe ukuthola uxhaso lwezimali e-East Landon ngomhlaka 16 kuNtulikazi, kuleli dili, uKhanyi Mbau ubecelwe ukuba enze inkulumo ngaphansi kwesiqubulo esithi “Ukuguqula Umnotho.

Lokhu akuhlalanga kahle neze kwintokazi yakwaMazwai, ngoba ithathele enkundleni uTwitter ibuza ukuthi kungani i-ANC ixuba ezombusazwe kanye nezokungcebeleka.

UMazwai uthe uMbau uyathandeka futhi unayo imibono kodwa ukusebenzisa yena emcimbini wosolwazi kwenza izazi zideleleke.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.