UNyazilwezulu lukhulekele abebala elimhlophe eBuhleni

2018-04-09 14:04

eThekwini - Kube wusuku lwezibisiiso ngesikhathi umholi webandla lakwaShembe eBuhleni uMnuz Mduduzi "Nyazilwezulu” Shembe ekhulekele abaphila nebala elimhlophe ngeSonto.

Lokhu kwenziwe ngenhloso yokuqeda isihlava sokubulawa kwabo abafuna ukwenza imithi ngabo.

UNyazi luthe abantu abaphila ngebala elimhlophe bangabantu nabu futhi lakhuza nalo mkhuba osuwandile wokwakha umuthi ngezicubu zabantu.

“Ngokwazi kwami akekho umuntu okungenziwa ngaye umuthi. Nale nto yokuthi abaphila nebala elimhlophe bayanyamalala ayikho,” kusho uNyazi.

OLUNYE UDABA: UNyazi LweZulu nesiteshi sikamabonakude

Luthe aluhambisani nokucwaswa kwabaphila nebala elimhlophe, lathembisa ukuthi luzokhuleka ukuze siphele isihlava sokubulawa kwabo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.