UNzimande uthi ukulungele ukubuyela kwiKhabinethi

2018-02-20 14:03

Cape Town – Lowo owaxoshwa njengoNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme, uBlade Nzimande, uthi ukulungele ukuphinde abe kwiKhabhinethi; kepha konke lokho kuncike ekutheni uMengameli Cyril Ramaphosa uyamqasha na.

UNzimande wafakwa amasondo nguJacob Zuma ngesikhathi enxa izinguquko okokugcina kwiKhabhinethi lakhe, esikhundleni sakhe kwangena uHlengiwe Mkhize.

Lezi zinguquko zenzeka ngo-Okthoba wonyaka ofile.

OLUNYE UDABA: Siphoxekile ngokuxoshwa kukaBlade Nzimande - Mantashe

Njengoba sekuphethe uRamaphosa manje, uNzimande uthi ukulungele ukusebenza kuhulumeni noma yikweliphi ihhovisi ajutshwa kulo.

Ekhuluma ohlelweni i-Eusebbius McKaiser Show kwi-702, uNzimande unqabile ukuphendula ukuthi angathanda yini ukuphindela emnyangweni abewuphethe ngaphambilini njengoba wagxeka uZuma ngokumemezela imfundo yamahhala.

“Angimelene nemfundo yamahhala. Engikushoyo njengelungu le[South African] Communist Party wukuthi indlela okwamenyezelwa ngayo lolu hlelo yayitshengisa ukuthi kukhona abangosomathuba.

"Nokho asimelene nayo nakancane. Siyajabula ngoba kukhona lokhu kuzibophezela."


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.