UPalacios uphawula ngokuqhathwa kwabo neSuperSport

2016-11-07 07:52

Johannesburg - Ibamba lomqeqeshi we-Orlando Pirates u-Augusto Palacios  ukwamukele ukuqhathwa kwabo neSuperSport United emdlalweni owandulela owamanqamu eTelkom Knockout, kodwa wathi ngeke kube owamagqubu.

IBhakabhaka lisazikhotha amanxeba kulandela ukuthola isibhaxu sika-6-1 lidlala ne-SSU koweligi.

UPalacios uthi iqembu lakhe ngeke liye kulo mdlalo lifuna ukuziphindisela, wathi bazogxila ekutheni bafune isicoco kule sizini.

"Umdlalo wenkomishi ungumdlalo wenkomishi,” kusho uPalacios kwiKickOff.com.

OLUNYE UDABA: Kuzomele sikhohlwe okwedlule

Uthe wonke amaqembu ebebengaqhathwa nawo anzima.

"Ngeke sidlalele ukuziphindiselela kodwa sizobe sidlalela ukufinyelela kowamanqamu. Ukuziphindiselela akukho semqondweni.”

Imidlalo eyandulela eyamanqamu kulindeleke idlalwe ngempelasonto yangomhlaka-26 no-27 Novemba.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.