UPalacios uthi uzoyiqeda nya indaba yotshwala namantombazane kuPirates

2016-11-05 09:03

Johannesburg – Kuzothanda ukuba nzima kubadlali be-Orlando Pirates njengoba umqeqeshi obambile, u-Augusto Palacios ethi uzoqeda nya ngezinto ezithikameza ukuzimisela kwabadlali.

Kulezi zinto kubalwa ukusetshenziswa komakhalekhukhwini, ukuthanda amantombazane, ukuzijuxuza nokuphuza utshwala, kubika iSowetan.

Uthi uzimisele ngokubuyisela iqembu emgqeni khona abalandeli bezokwazi ukuthokozela ibhola elimnandi iPirates edume ngalo.

OLUNYE UDABA: Abadlali abamphoqanga u-Ertugral ukuba ahambe, kusho uKhoza

Ngale nkulumo kaPalacios kuyacaca ukuthi kuningi obekungahambi kahle ngaphansi kwesandla sikaMuhsin Ertugral.

Kuzokhumbuleka ukuthi u-Ertugral waqoshwa exabana no-Edwin Gyimah esikhumulweni sezindiza eKapa ngoSepthemba.

Kanti maningi amahlebezi athi lo mqeqeshi ubengezwani nabadlali ngenxa yokuthi akanayo impatho kanti enjalo nje uyashesha ukuhluthuka.

“Uma abadlali bengafiki ngesikhathi bazokhiyelwa ngaphandle. Omakhalekhukhwini abangeni ekhempini, kanjalo namantombazane nabangani,” kusho uPalacios.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.