U‘Papa G’ uthi uhubhuza amanga umama wezingane zakhe

2016-07-06 08:31

Johannesburg - Inkakha yomlingisi kumabonakude ichithe izinsolo zokuthi isakweleta umama wezingane zayo.

Lokhu kuvele ngemuva kokuba iThe Citizen ibike ukuthi uXoli Mkhize usole umlingisi weSidingo, uDarlington Michaels, ngokuba yi-blesser nangokuthi kunemakli asamkweleta yona.

UDarlington uthi uXoli uhubhuza amanga kanti futhi iyodwa into ebahlanganisile, izingane.

OLUNYE YDABA: Umlingisi ulahlwe umasihlalisane wakhe emsola ngokumjolela

"Iqiniso alikhulumile kulolu daba ukuthi sinezingane sobabili. Konke okunye kungamanga," kusho uPapa G, kubika iDaily Sun.

Ngezinsolo zokubuizwa nge-blesser uPapa G uthe uyadelelwa wathi njengomuntu omdala uyazihlonipha yena nomsebenzi wakhe.

Thola udaba oluphelele kuDrum...

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.