Uphele kabi umjolo wezingane zasePhoenix kuchitheka igazi

2017-08-24 07:01

Durban - Umfana oneminyaka engu-17 ubudala ushonile ngemuva kokugwazwa esigamekweni esithathwa njengesomjolo.

Lokhu kwenzeke endaweni yaseBrookdale phakathi kwabantu abathathu ngoLwesihlanu.

Kukholakala ukuthi umufi ubexoxa nentombi yakhe ngesikhathi behlaselwa wumsolwa.

Umsolwa ukhiphe ummese wagwaza lo mfana entanyeni ngaphambi kokubaleka.

OLUNYE UDABA: Isoka 'lidephune' udebe lwentombi inqaba ukwenza ucansi nalo

Amaphoyisa asePhoenix afike endaweni yesigameko athola le ntombazane inomufi.

Le ntombazane iyona etshele amaphoyisa ukuthi umsolwa wayeyisoka lakhe, kubika iKZN Watch.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.