Uphenduke intandokazi emcimbini waseMUT uTipcee

2017-09-18 18:00

Durban - Intokazi esencane esebenzisana noDJ Tira isizakhele udumo olukhulu kule mboni kanti lokhu kucace bha, ngesikhathi endisa emcimbini kaZime enyuvesi iMangosuthu eMlazi ngoLwesihlanu ebusuku.

Kulo mcimbi kunandise abaculi abayizintandokazi kanye nabanye abasebasha kule mboni.

UTipcee, ongomunye wabaculi abebemenyiwe ushukumise inkundla, abantu bashiya phansi konke abebekwenza beyixavatha, ubungafunga ukuthi uyena ozovala umcimbi ngendlela abantu abaumuthakasele ngayo.

Lo mculi ongaconsi phansi kulezi zinsuku ngengoma ethi “iscathulo”  wenze ezibukwayo ebusuku kulenyuvesi ngesikhathi engena eshaya amavosho. Ubehambisana kanye noDj Tira njengoba lengoma beyihlanganyele naye kanye noBusiswa.

OLUNYE UDABA:Incwadi yesiboshwa ikhalise uBabes Wodumo izinyembezi

Bekucaca ukuthi abantu basafuna impinda njengoba bebelokhu besimemeze njalo iscathulo bebiza lomculi.

Nakuba lo mcimbi ube nezihibe lapho abantu bebesusa uthango ngendlunzula, kodwa ugcine uphele kahle nengoba bekhethiwe abaphumelele nokuyibona abathathe izicoco zokuba wuMr no Miss Mangosuthu University of Technology.

UZime omusha ngu-Andile Ntinga  kanti othathe esokuba ngu-Mr MUT wuSipho Moyana.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.