Uphika awokuthatha umhlala phansi uJosephs

2016-07-22 14:32

Johannesburg - Unozinti weBidvest Wits uMoeneeb Josephs uthi usakulambele ukudlala ibhola futhu usanothando, wawachitha amahlebezi okuthi uzothatha umhlala phansi, kubika iKickOff.com.

"Uma sengibona udaba oluthi uMoeneeb akasakwazi ukushesha ngizobe sengathi ukuthi sekuphelile ngami,” usho kanje ezidlalela.

Funda nalolu daba: Imithombo ithi umthwalo ususobhokweni kowePirates

"Kodwa cha, lalela, ngisakuthokozela ukudlala futhi nginesiqiniseko sokuthi nawe uyabona ukuthi ngisakulambele.”

"Ngakho uma kusenjalo ngizoqhubeka nokudlala.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.