UPhiko lwe-ANCYL eGoli lufuna kubuyiswe uMalema

2016-08-08 11:35

Johannesburg - Usihlalo wophiko lwentsha kuKhongolose eGoli uMatome Chiloane uthi i-ANC isasenaso isikhala sikaMalema.

Njengoba i-ANC ingenzanga kahle kulolu khetho lomasipala, uphiko lwentsha luphakamisa ukubuyiswa komholi we-EFF uJulius Malema kule nhlangano.

OLUNYE UDABA:‘UMalema kumele abuyiselwe kuKhongolose’

UChiloane utshele abephephandaba iCitizen ukuthi i-ANC iyamdinga lo mholi.

Kuyaziwa ukuthi uMalema uyisitha esikhulu sikaZuma ngakhoke akuzwakali kahle uma umuntu ongaphakathi kuKhongolose efuna kubuyiswe uMalema.

Kanti njengoba ukungazwani kuqhubeka phakathi kwalamqembu womabili, kuyacaca ukuthi ngeke kube khona ukubambisana phakathi kwalaba baholi yize uMalema kwakunguyena owayehamba phambili ngokweseka uZuma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.