Uphiko lwentsha kuKhongolose luthi akasule esikhundleni uManana

2018-05-09 16:06

Uphiko lwe- ANC Youth League luthi makasule esikhundleni sakhe uMduduzi Manana ngoba useyihlazo kwisigungu esiphezulu se-ANC.

Lolu phiko luzigxeke kakhulu izinsolo abekwa zona uManana futhi luthi ukuziphatha kwakhe kakwamukelekile nakancane.

Sekuputshuke inkulumo yalowo oyilungu le-ANC ePhalamende uMduduzi Manana ethi uzokhokhela lo owayeyisisebenzi sakhe imali engango-R100 000.

UManana ubesho lokhu kwisisebenzi sakhe sasekhaya uChristine Wiro, ngesikhathi emncenga ukuba asule leli cala amvulele lona.

OLUNYE UDABA:Buka: UWiro uthi ufuna abantu bazi ukuthi uManana ubaphatha kanjani abesifazane

UManana owayeyiPhini likaNgqongqoshe weMfundo ephakeme ubebekwe icala lokuhlukumeza uWiro kodwa ummangali wabuye walisula icala ayelivule emaphoyiseni aseDouglasdale ngeSonto.

ITimesLive ikhiphe inkulumo eqoshiwe yalezi zinsolo.

UWiro usebenzele uManana amasonto amabili, uchaze ukuthi ubesebenza kanjani kusukela ngezithuba zabo-06:00 ekuseni kuze kushaye izithuba zabo-22:00 ebusuku sekuyolala uManana.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.