Uphinde waboshwa okwatholakala imibungu efrijini lakwakhe

2016-03-14 18:30

Port Elizabeth – Unesi, uLulama Cabela, osolwa ngokufihla imibungu engu-25 efrijini lalapho ehlala khona, uphinde waboshwa ngamaphoyisa ngokuhluleka ukuthobela imibandela yebheyili.

UCabela ubesenkantolo ngoMsombuluko, icala lahlehliselwa uLwesibili kanti usezogcinwa esitokisini manje, kubika i-African News Agency.

UCabela nomabhalane wakhe uBabalwa Cabela babhekene namacala angu-25 okufihla ukubelethwa kwezingane.

Laba badedelwa ngebheyili ka-R5 000 umuntu emunye kule nyanga.

OLUNYE UDABA: Kutholakale imibungu engu-11 erenki

Bobabili abasolwa zabakhalela ngoFebhuwari kulandela uphenyo lokuhushulwa kwezisu ngokungemthetho eNelson Mandela Bay.

Amaphoyisa athola imibungu efrijini, kanti engu-25 kuyona kwasekuyizingane eziphelele.

Amaphoyisa aqala uphenyo kulandela ukukhula kwesibalo sabantu abafika esibhedlela bezocela usizo kulandela ukuhushula izisu ngokungemthetho.

Icala libuyela enkantolo ngomhlaka-12 Meyi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.