Uphindele ophikweni lwesibhedlela ejele uPistorius

2016-07-07 19:00

Johannesburg – UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo usuqinisekisile ukuthi u-Oscar Pistorius uzosidonsela ophikweni lwesibhedlela olusejele iKgosi Mampuru isigwebo sakhe.

UPistorius kuzokhumbuleka ukuthi wachitha unyaka ejele ekulona lolu phiko lwejele, kubika i-Eyewitness News.

INkantolo eNkulu yasePitoli imgwebe iminyaka eyisithupha uPistorius ngokubulala intombi yakhe uReeva Steenkampa ngo-2013.

OLUNYE UDABA: Uzolala ebaliwe namhlanje u-Oscar

Lo msubathi wachitha izinyanga ezingu-12 esejele ngemuva kokulahlwa yicala lokubulala ngokungenhloso, kepha lesi sinqumo sachithwa yiNkantolo yokuDluliswa kwamaCala.

UPistorius wachitha unyaka ejele, ehlezi esitokisini sakhe yedwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.