Uphonseke eweni washona ethatha isithombe

2017-10-14 13:03

London – Isitshudeni siphonseke eweni sashona silungiselela ukuthatha isithombe emagqumeni aseSeven Sisters, kusho umbiko mayelana nokushona kwaso.

UHyewon Kim, 23, wafika e-United Kingdom eyokwenza izifundo zesiNgisi kwathi ngomhlaka-22 Juni wathatha uhambo oluya eCuckmere Haven, e-East Sussex, ehamba yedwa.

Kuthiwa wacela umuntu angamazi ukuba amthathe isithombe, kwathi esagxuma emoyeni elungiselela ukuthatha isithombe, wangasabuyela lapho ekade eme khona wase eyashelela wayokhalakathela eweni.

Inkantolo itshelwe ukuthi uKim, ongowokudabuka eSouth Korea, walimala kabi kulesi sigameko.

OLUNYE UDABA: Sisale nenxeba elibi isivakashi esizame ukuthatha 'iselfie' nengwenya

U-Alan Craze, okunguyena owaqinisekisa ukushona kukaKim, nguye okhiphe lo mbiko.

Ekhuluma ngemuva kophenyo, uMark Webb wezicishamlilo e-East Sussex, uthe: "Lesi kwaba siyigameko esidabukisayo esaholela ekushoneni komuntu osemusha.

“Esingakusho nje ukuthi siyanxusa ukuba abantu badlalele kude namawa. Ngosuku olwandulela lesi sigameko kwawa inguzunga yembokodo kuyona leya ndawo, ngakho la mawa awazinzile.”

Yize zikhona izimpawu zokuthi la mawa awazinzile, abantu abazinaki.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.