Uphume esephoxekile umlingisi eyovota

2016-08-04 12:35

Johannesburg - Uphume esephoxekile esikhungweni sokuvota eClarence Primary School eThekwini umlingisi woZalo ngoLwesithathu ngenxa yokuthi igama lakhe belingaveli ohlwini lwababhalisele ukuvota kulesi sikhungo, kubika ILANGA.

UKhumbulani Sibiya odlala indawo ka-Ayanda Mdletshe kulo mdlalo oboniswa kuSABC 1, ugcine ehlulekile ukuvota kulesi sikhungo.

Ekhuluma nephephandaba ILANGA, uKhumbulani uthe ubezitshela ukuthi uzokwazi ukuvota kodwa bamchitha ngoba akabhalisanga kulesi sikhungo.

Funda nalolu daba: Ucishe wasala eNkandla umculi kamaskandi evelelwa yingozi

Kuthiwa uthe uzamile ukuthola ibhanoyi eliyisipesheli elizomphuthumisa eSoweto lapho abhalisela khona kodwa wehluleka.

Iphephandaba lithi ngesikhathi ligcina ukukhuluma naye ubesalungisa le nkinga.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.