Uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza oshayiswe yimoto ku-N2 e-KZN

2018-04-10 14:01

Durban - Iphuthunyiswe ngendiza enophephela emhlane indoda elimale engozini eyenzeke ku-N2 southbound uma udlula esikhumulweni sezindiza iKing Shaka International Airport namuhla (ngoLwesibili) ekuseni, kubika iNorth Coast Courier.

UShawn Herbst weNetcare 911 uqinisekise ukulimala kwabantu abahlanu engozini ebandakanya izimoto ezine.

Kulimale kanzima isisulu esisodwa esiphuthunyiswe ngendiza enophephela emhlane.

OLUNYE UDABA:ISITHOMBE: Kushone ababili engozini eyenzeke ku-N4

UPaul Herbst we-IPSS Medical Rescue uthe: " Kushayisane izimoto ezintathu neloli. Isisulu esiphuthunyiswe ngendiza enophephela emhlane siwe elolini ngemuva sashayiswa yimoto ebilandela iloli.

Umgwaqo usuvuliwe, kulandela isiminyaminya ebesikhona ekuseni.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.