Uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza owesilisa olimale kuqhuma iloli

2016-07-13 20:29

Johannesburg - Owesilisa oneminyaka engu-44 ubudala usesimweni esibucayi ngemuva kokuqhuma kweloli abelihlanzisisa.

Lesi sigameko senzeke eChloorkop empumalanga neGoli ngoLwesibili.

OLUNYE UDABA:Ulimele kabi 'osasazelwe wumlimi' ngezinja

UWerner Vermaak okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 uthe, bafike endaweni yesigameko bathola owesilisa exilongwa abosizo lokuqala abakhona kule ndawo.

Ulimale kakhulu ekhanda futhi unamanxeba amabi wokusha emzimbeni, uhanjiswe esibhedlela ngendizamshini, kubika iDailysun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.