Uphuthunyiswe esibhedlela uPistorius

2016-08-07 09:18

Pretoria – U-Oscar Pistorius uphuthunyiswe esibhedlela saseKalafong izolo ngemuva kokulimala ezihlakaleni esejele.

Nakuba okhulumela amajele uSingabakho Nxumalo ethe lo msubathi utshele iziphathimandla ukuthi uwe embhedeni, isiboshwa sitshele iphephandaba iCity Press ukuthi uPistorius uzilimaze ngamabomu.

Ojele ababili bathi kutholakale into ebukhali esitokisini sakhe ngesikhathi kuseshwa ngokuhamba kwesikhathi ngoMgqibelo.

Funda nalolu daba: Kudutshulwe iphoyisa lilinde uzakwabo

Onogada ababili eKalafong Hospital, okuyisibhedlela esisempumalanga yePitoli, batshele iphephandana ngoMgqibelo ukuthi uPistorius ungeniswe ngo-12:30.

“Ubesikeke kabi ezihlakaleni kanti odokotela bazibhandishile,” kusho omunye wabo.

Kuthiwa uPistorius ufike esibhedlela ehamba nojele abangaphezu kwabayishumi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.