UPistorius ungeniswe kwelinye ijele njengokwesicelo sakhe

2016-11-14 14:30

Johannesburg – Uhulumeni uthi lowo owalahlwa yicala lokubulala intombi yakhe, u-Oscar Pistorius, usengeniswe kwelinye ijele elingcono, elikwazi ukubhekana nezimo zeziboshwa ezikhubazekile njengokwesicelo.

UMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo ngoMsombuluko uthe uPistorius ususwe eKgosi Mampuru II ePitoli wangeniswa e-Atteridgeville Correctional Centre, esanda kulungiswa ukuze kusizakale iziboshwa ezikhubazekile.

OLUNYE UDABA: Lihlehlisiwe icala elibhekene noMalema

UMnyango uthe ijele lase-Atteridgeville ligcina iziboshwa ezidonsa iminyaka engafinyelela kweyisithupha ejele, futhi inezinhlelo zokusiza iziboshwa ziguqule izimpilo zazo ngaphakathi.

Izikhulu zoMnyango zithi iKgosi Mampuru intula izinhlelo ezifanele okungasizakala ngazo uPistorius esimeni sokukhubazeka anakho.

UPistorius udonsa iminyaka eyisithupha ejele ngokubulala intombi yakhe uReeva Steenkamp ngo-2013.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.