UPitso uthi ngeke ayikhulume ekaBrockie

2018-01-10 10:59

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane umile kwelokuthi bazoqhubeka nemizamo yokusayinisa abanye abadlali abathathu kule nyanga kodwa akafunanga ukuphawula ngodaba lukaJeremy Brockie.

AmaBrazilians kuze kube manje asasayinise u-Aubrey Ngoma obedlalela iCape Town City kodwa ngemuva kokwehlula ngo-2-1 i-Ajax Cape Town, uMosimane uzwakalise isifiso sakhe sokuthola abanye abadlali abathathu.

“Ngasho phambilini, le midlalo sizilungiselela ngayo eyeChampions League. Ngakho ngicabaga ukuthi kusenabadlali abathathu abasazoza,” kusho uMosimane ekhuluma nabe-SuperSport ngemuva komdlalo.

OLUNYE DABA: Asikwazi ukusola ikhefu ngendlela esidlal angayo - Pitso

Le kilabhu sekunesikhathi imataniswa noJeremy Brockie odlalela iSuperSport United, nokuyinto esiphinde yenzeka futhi njengoba sekuvulwe iwindi lokuthengiselana ngabadlali. UPitso uvumile ukuthi ukuthi kungase kube nabadlali abahambayo kubona.

“UJeremy ungowenye ikilabhu. Ngakho kuzomele ngiyihloniphe iSuperSport United. Ngeke ngikwazi ukukhuluma ngoJeremy,” kusho umqeqeshi weDowns.

“Singase silahlekelwe (abadlali) ngoba lesi yisikhathi sokuthengiselana. Sizolahlekelwa abathathu noma abane. Ngeshwa, sinesikwati esincane sabadlali abangu-24. Abantu bazi ukuthi iSundowns inabadlali abaningi kodwa sinabadlali abangu-24 kanye nonozinti abane.

“Ngakho sizobona ngoba noThela (Ngobeni) ufuna ukuhamba ayodlala kwenye indawo, kodwa kuzobonakala,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.