UPitso uthi uzoqeqesha amaqembu afuna iCAF kuphela

2016-11-09 10:00

Cape Town – Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uPitso Mosimane, usephumele obala wathi uzimisele ngokuqeqesha amaqembu adlala kwi-Absa Premiership, anogqozi lokunqoba isicoco esikhulukazi sompetha ezwenikazi i-Afrika, iCAF Champions League.

Lo mqeqeshi obeqeqesha iBafana Bafana uqophe umlando kule sizini ngenkathi ethatha lesi sicoco seCAF neSundowns kule sizini.

Le nkulumo kaPitso ingabukeka njengebhinqa iKaizer Chiefs, nesidume kabi ngokungabi nandaba nemidlalo yase-Afrika.

OLUNYE UDABA: Ukunqoba kwe-Sundowns kuzofeza iphupho lango-2022 – Jordaan

“Ngakusho kusukela ngosuku lokuqala: ngize kwiSundowns ukuzowina iChampions League. Kungaba nzima kakhulu kumina ukuqeqesha iqembu elingakholelwa ekudlaleni ibhola lase-Afrika.

“Kumele ucabange ngokukwasemhlabeni jikelele – yebo, okukuqala ekhaya, kodwa bese kuba umhlaba jikelele. Awukwazi ukuthi, nginomkhiqizo – ake sithi yibhizinisi – eNingizimu Afrika, futhi iNingizimu Afrika iyawuthanda umkhiqizo, futhi muhle.

“Kodwa bese uthi angifuni ukuwudayisa eZimbabwe, angifuni ukuwudayisa eMorocco, noma e-Egypt, futhi angifuni nokuwudayisa eJapan,” uMosimane utshele iKickOff.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.