Uqashwe ngelokhozi uMugabe njengoba isimo simanzonzo eZim

2017-11-15 11:01

Harare - Uqashwe ngelokhozi uMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe njengoba amasosha ekake iPhalamende nakomkhulu lezokuvikela njengoba kuqhubeka udlame ezweni.

Kungeniswe izintatheli ezimbili esibhedlela ngemuva kwezinsolo zokushaywa ngamasosha ngesikhathi ziqhuba umsebenzi wazo, zibhala ngokuqhubekayo ezweni.

OLUNYE UDABA:'Ukwedelela abantu ukuqamba isikhumulo sezindiza ngoMugabe'

Kuvalwe nasesikhumulweni sezindiza lesi esisanda kuqanjwa kabusha ngegama likaMugabe, kanti iziphathimandla bezingakaphawuli ngokuqhubekayo.

Inxusa laseMelika eZimbabwe nalo lixwayise izakhamuzi zaseMelika ukuba zihlale emakhaya njengoba kuqhubeka izinxushunxhushu.

Kuboshwe uNgqongqoshe wezeziMali u-Ignatius Chombo khona namuhla ekuseni njengengxenye yemizamo yokuqeda ubugebengu obudala izinkinga zenhlalo nezomnotho wezwe ontengayo.

Lolu wudaba oluqhubekayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.