Uqhuba kahle umfana owadutshulwa ebusweni eHout Bay - Odokotela

2017-10-06 11:00

Cape Town - Odokotela bathi umfana omncane owadutshulwa ebusweni ngenyanga edlule ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho eHout Bay, uqhuba kahle.

Kwasabalala ivideo etshengisa amaphoyisa edubula lomfana, u-Ona Dubula ngezinhlamvu zenjoloba.

U-Ona nomama wakhe bakhulume emsakazweni iKFM namuhla (ngoLwesihlanu) ekuseni.

OLUNYE UDABA:Abe-IPID bazophenya ngokudutshulwa komfana emlonyeni eHout Bay

Lo mfanyana uchaze okwenzeka ngosuku adutshulwa ngalo.

"Ngesikhathi beza kuthina, babedubula, badubula omunye wesifazane, kwadubuleka nami base bengiphinda. Angenzanga lutho olubi mina."

Ukusiza umndeni wakwaDubulaumsakazo iKFM uzibophezele ngokuwunikelela imali engu-R5 000 njalo nganyanga ngonyaka owodwa.

Kungakapheli mizuzuz emingaphi kuqhubeka le ngxoxo emsakazweni, umama ka-Ona uPinky uthole umsebenzi esitolo sokudlela.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.