Uqhuqhwe amakhaza ohlala emgwaqeni owebelwe izingubo

2017-06-08 11:00

Cape Town – Ngesikhathi kuhlasela imvula, amakhaza kanye nemimoya enamandla e-Atlantic Seaboard eKapa ngoLwesibili ebusuku, uZola Matea wazithola esengenazo izingubo zokulala nezokugqoka.

UMatea, 34, sekuphele izinyanga ezingu-9 ehlala emigwaqeni ngase-Sea Point.

NgoLwesibili ebusuku, uqhuqhwe amakhaza egqoke ijini nejezi kuphela, ekhosele ngaphansi kompheme omncane eSea Point Pavilion.

"Bengisiza izimoto ukuba zipake kahle. Kuthe uma sengiyolala, kukhona obesentshontshe izingubo zami zokulala nezokugqoka,” kusho uMatea ngoLwesithathu ntambama.

"Bengilokhu ngimile ubusuku bonke, kungekho zingubo zokulala. Bekubanda nemvula iyidliva.”

OLUNYE UDABA: Kujutshwe amasosha ukuba alekelele ekucimeni umlilo

UMatea, ongowokuzalwa eLesotho, wafika eKapa eminyakeni emihlanu eyedlule ezofuna umsebenzi, wahlala emijondolo yaseNomzamo eStrand.

Kodwa ngemuva kokushiswa komuzi ayehlala kuwona, kwadingeka ukuba ayolala emigwaqeni.

Uziphilisa ngokugada izimoto ezipakile.

Uthi kwesinye isikhathi wenza imisebenzi yokwakha uma eqashwa, ukuze ezothola imali yokubuyela eMaseru eLesotho.

Ebuzwa ukuthi yini ayifunayo, uthe, “Ngifuna ingubo yokulala njengoba kusazoqhubeka nokubanda.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.