Uquleke washona esebenza efemini

2017-02-05 16:59

Cape Town – Owesilisa uquleke washona ngesikhathi ekilina efemini eseWorcester eWestern Cape, kusho abosizo lokuqala.

Owesilisa, okukholakala ukuthi uneminyaka elinganiselwa ko-40 ubudala, ushone ngoMgqibelo ntambama, kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak. 

UVermaak uthe ngaphambi kwehora lesithathu ntambama abosizo lokuqala be-ER24, nabezimo eziphuthumayo baseBreedevalley bafike endaweni yesehlakalo bathola owesilisa esangaphakathi efemini.

UVermaak uthe abantu ebebelapho bathe owesilisa ubematasa ekilina endaweni ngesikhathi equleka.

OLUNYE UDABA: Insambatheka ngesehlakalo sokudubula okushona kusona 'ababili' 

Ozakwabo bazame ukwenza i-CPR kuyena, ngokuhamba kwesikhathi kufike abosizo lokuqala baqhubeka nokuzama ukumsiza khona endaweni yesehlakalo.

Owesilisa ushonele khona endaweni yesehlakalo.

Akwaziwa kahle ukuthi ubulawe yini kodwa kuyaphenywa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.