URamaphosa ngeke abeyingxenye yomhlangano 'wokukhipha' uZuma esikhundleni - Umbiko

2018-02-04 15:09

Johannesburg – Izikhulu eziphezulu zenhlangano ebusayo i-African National Congress zizobamba umhlangano ngeSonto noMengameli Jacob Zuma ukudingida ngokhishwa kwakhe esikhundleni, kubika iSunday Times, ecaphune imithombo esondelene nalolu daba.

Umhlangano, ozobanjelwa endlini kaMengameli osePitoli, kanti uzoholwa yiphini likamengameli we-ANC uDavid Mabuza kanti kulindeleke kuthathwe kuwona isinqumo mayelana nokuthi uZuma nguyena yini ozokwethula iNkulumo yeSizwe, kubika iphephandaba.

Kubikwa ukuthi umholi omusha we-ANC, uCyril Ramaphosa, ngeke abeyingxenye yomhlangano.

OLUNYE UDABA: I-ANC igxibhe uMagashule ngokuphawula kwakhe ngoRamaphosa

URamaphosa wangena esikhundleni sikaZuma ngemuva kokhetho lobuholi obusha kwi-ANC ngoDisemba.

Ihlandla lesibili likaZuma njengoMengameli wezwe liphela ngo-2019.

Okhulumela ihhovisi likamengameli akatholakalanga ukuphawula ngalolu daba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.