URamaphosa ufuna i-NPA, noKlebe benze uphenyo ngokushesha ngezinsolo ze-state capture

2017-11-17 07:04

Cape Town – IPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa ngoLwesine uthe abezomthetho kuleli kumele bangachithi isikhathi ekwenzeni uphenyo ngezinsolo ze-state capture kumabhizinisi kahulumeni.

“Izinhlaka zomthetho kumele zenze okuthile ngalezi zinsolo ngokushesha…Umphakathi kade ulindile, abahlale phezu komsebenzi,” kusho uRampahosa ephendula imibuzo ePhalamende.

“Okokuqala, imali eyebiwe kumele ibuyiswe, okwesibili, labo abathintekayo kumele babhekane nengalo yomthetho.”

Uthe iNational Prosecuting Authority kanye noKlebe kumele bathathe isinyathelo ngalolu daba.

OLUNYE UDABA: Bonke abagaqele esokuhola i-ANC 'bayingxenye yokubola okukhona' - Khoza

URamaphosa uncome ikomidi lamabhizinisi kahulumeni ePhalamende ngophenyo elwenzayo ngo-Eskom.

Kuleli sonto ikomidi litshelwe ukuthi u-Eskom wakhokhela izinkampani ezihlobene nomndeni wakwaGupta izigidi zamarandi kungafanele.

Ofakazi bathi uNgqongqoshe wamaBhizinisi kaHulumeni uLynne Brown uyathinteka enkohlakalweni, kodwa yena uyaziphika lezi zinsolo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.