URamaphosa usefuna ukuthatha izintambo ekubeni wumengameli wakuleli

2018-01-07 13:30

eGoli - Abalandeli bakaMengameli we-ANC uCyril Ramaphosa bamhlahlela indlela yokuba athathe izintambo njengomengameli wakuleli emasontweni ambalwa azayo.

Bahlela ukuthi kube nguyena owethula inkulumo kaMengameli wezwe ethulwa njalo ngoFebhruwari.

URamaphosa kumele akucubungule kahle lokhu ngoba ukugudluza uJacob Zuma ezikhundleni sakhe kungadala uqhekeko olukhulu kuleli qembu, futhi kube nokukhulu ukuthukuthela okuqhauma esifundazweni sakwaZulu-Natal nokuyisona eseseka kakhulu uMengameli.

OLUNYE UDABA:Luzoqalwa phansi uphenyo mayelana nezinsolo ezibekwe uDe Lille

Uqhekeko lungabonakala nakwezinye izifundazwe kulabo abebeseka uNkosazana Dlamini-Zuma kwesokuba wuMengameli wale nhlangano.

Lokhu ngeke kufane nalokhu okwenzeka ngoSepthemba 2008 ngesikhathi abe-ANC begudluza uThabo Mbeki kwafakwa ibamba likaMengameli wezwe uKgalema Motlanthe izinyanga ezingu-8 kwaze kwayiwa okhethweni lezwe, kulokhu bafuna uRamaphosa, asheshe azithathe izintambo.

Ubuholi be-ANC buvakashele eKZN ngeSonto njengoba bememe neSilo samabandla onke uGoodwill Zwelithini ngethemba lokuthi bazokuba nanomhlangano okhethekile noZuma.

Kulindeleke ukuba kudingidwe eyokuba uZuma azehlele ngokwakhe esikhundleni, kungakashayi usuku lomhlangano wobuholi bukazwelonke ngoLwesithathu.

NgoMsombuluko, lobu buholi buzohambela emathuneni oMengameli baphambilini iNkosi u-Albert Luthuli, John Langalibalele Dube noJosiah Gumede lapho beyobeka khona izimbali zezikhumbuzo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.