URamaphosa uthembise ngokulwa nenkohlakalo

2018-02-15 19:34

Johannesburg - UMengameli wesihlanu ngaphansi kwentando yeningi uCyril Ramaphosa usebenzise ithuba lakhe lokuqala njengomengameli waqinisekisa izakhamuzi ukuthi uzoyisukumela eye-State Capture nenkohlakalo.

URamaphosa ukhethwe njengomengameli ngaphandle kokuphikiswa ePhalamende ngoLwesine ntambama, ngemuva nje kancane kokuthi uJacob Zuma esulile.

UMengameli Ramaphosa uthe uzosebenza ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi akabaphoxi abantu baseNingizimu Afrika.

“Ngiyabonga kakhulu ngokungethemba nokungiqokela kulesi sikhundla. Ngizizwa ngithobeke kakhulu ukunikezwa ithuba eliyingqayizivele njengaleli lokusebenzela abantu."

OLUNYE UDABA: URamaphosa usekhethwe njengomengameli wezwe

URamaphosa uphendule inkulumo yomholi weDemocratic Alliance, uMmusi Maimaine, yokuthi bazobonana ngo-2019.

“Mhlonishwa uMaimane, sizobonana nje kaningana lapha esiShayamthetho, ngakho khohlwa yindaba ka-2019, asibhekane nokwenzeka njengamanje siphinde sisebenzisane ekufukuleni izimpilo zabantu bethu," esho.

INhloko yamaJaji uMogoeng Mogoeng ubuze uRamaphosa ukuthi uyakwamukela na ukuphakanyiselwa kwegama lakhe kulesi sikhundla.

"Yebo, ngiyavuma," kuphendula uRamaphosa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.