Usabise ngokuzibulala unesi oxoshiwe

2017-06-06 16:01

Harare - Owesifazane obenza unyaka wesibili ezifundweni zobuhlengikazi eGweru Provincila Hospital, oxoshwe kanye nabanye ozakwabo abathathu ngenxa yokungaziphathi kahle, kuthiwa usabise ngokuzibulala ngoba ethi uxoshwe kungafanele.

U-Elain Madonho kuthiwa ushiye umyalezo kwi-group kaWhatsapp ngeSonto othi uxoshwe ngendlela engafanele kulesi sikhungo esifundisa amanesi.

Laba bafundi kuthiwa bebesolwa ngokubhala izincwadi kube benze sengathi zibhalwe zasayinwa yisikhulu somtholampilo ebebeqeqeshelwa kuwona, besolwa futhi nangokungawenzi ngendlela umsebenzi wabo.

OLUNYE UDABA:  Utholakale elenga esihlahleni esinameva

Kulandela ukuxoshwa kwabo, uMadonho ngeSonto udalule ukuthi kungcono azibulale.

Lona wesifazane kuthiwa ubengatholakali izolo ngoMsombuluku ngesikhathi abangani bakhe bezama ukuxhumana naye, kodwa unina kubikwa ukuthi utshele iziphathimandla zesibhedlela ukuthi uyaphila.

Embhalweni wakhe, kuthiwa uthe ukuxoshwa kwakhe kucekele phansi impilo yakhe waphinde wakhala ngesikhulu sesibhedlela ngokwehluleka ukumnikeza ithuba lesibili.

- Chronicle

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.