Usadidekile umama wowesifazane obulawe ngesihluku ePitoli

2017-12-08 14:02

Pretoria – Umama wowesifazane obulawe ngesihluku ngemuva kokudunelwa imoto ngesonto eledlule, uthi usashaqekile ngalokhu okwenzekile.

Yize ingacacile kahle imininingwane ngokubulawa kukaDianne Ayres, 35, umama wakhe uRose ukholwa wukuthi amaphoyisa azokwazi ukubabamba abasolwa.

NgoLwesithathu lo mama wabhala enkundleni yezokuxhumana uFacebook ukuthi usebuya kokhomba isidumbu sendodakazi yakhe.

OLUNYE UDABA:Iyisinengiso le ntombazane empilweni yami - Umama kaSfiso Ncwane

“Ngisanda kubuya kokhomba isidumbu sikaDianne. Indodakazi yami igencwe yashona yase ikhishelwa ngaphandle kwemoto. Ngifisa sengathi laba abenze lokhu bengajeza isikhathi eside,” kubhala yena.

Lokhu kwenza kukaRose akujwayelekile ezinkundleni zokuxhumana njengoba aze aveza ukuthi ucasuke kakhulu akakwazi nokuzibamba.

“Bekuyindodakazi yami, ibingumuntu onenhliziyo enhle. Ubudlelwano bethu bebudlula obukamama nendodakazi, besingabangani,” kuqhubeka yena.

Okhulumela amaphoyisa aseVillieria uCoba Brits uthe isidumbu sikaDiane esasilimele kabi, satholakala ku-N1, empumalanga yeKilner Park, ngomhlaka-29 Novemba. 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.