Usagcwele izinkalo umsolwa wesine obaleke kubulawa ezinye izigebengu

2017-12-05 19:28

Durban –  Umsolwa wesine obalekile endaweni yesigameko ngemuva kokuba amaphoyisa edubule abulala abanye abathathu eDelton ngoMsombuluko usagcwele izinkalo, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesibili.

"Ubengakaboshwa namanje. Kusaphenywa ngalolu daba,” kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane ekhuluma neNews24.

Amaphoyisa adubule abulala izigebengu ezintathu esigamekweni esenzeke eDalton ngemuva kokuba owesilisa obeyofaka imali ebhange ekhonjwe ngesibhamu waphucwa imali ngabesilisa abane engakayifaki ebhange.

Ngemuva kwesigameko, amaphoyisa athungathe abasolwa ababaleke ngemoto eyadunwa ngonyaka odlule, yatholakala eDalton.

OLUNYE UDABA: Inyunyana ifuna amasosha agade abezimo eziphuthumayo

"Kuthe uma abasolwa bebona amaphoyisa, bashiya imoto babalekela ezimobeni, belokhu bedubula bebhekise emaphoyiseni,” kusho uZwane.

Uthe amaphoyisa aphindisele ngenhlamvu, kwashona oyedwa wabasolwa endaweni yesigameko, kanti abanye ababili bashonele endleleni eya esibhedlela.

Uthe kushaqwe izibhamu ezimbili ezincane, i-revolver kanye nama-AK47 amabili kanjalo nemali eyebiwe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.