Usagqunywe esitokisini uthisha osolwa ngokudlwengula umfundi

2018-04-30 11:01

Cape Town - Uthisha waseHermanus osolwa ngokudlwengula umfundi usagcinwe esitokisini.

Le ndoda osekuphele isonto yaboshwa yaphinde yavela kafushane enkantolo isolwa ngokudlwengula umfundi.

Ibherkene namacala okudlwengula, ukuthumba nokukhomba ngesibhamu.

OLUNYE UDABA:Zimkhalele uthisha osolwa ngokudlwengula umfundi

Owamaphiyisa uDonovan Heilbron uthe: "Kuboshwe indoda ngecala lokudlwengula kanti udaba lwayo luhlehliselwe umhlaka-17 Meyi isiyofaka isicelo sebheyili."

Khonamanjalo, aboMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi bazoluleka isisulu ngokwengqondo.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.