Usasesimeni esibucayi umfana, 3, osacazwe phansi nguyise efulethini

2016-07-21 12:38

Johannesburg - Usasesimeni esibucayi umfana, 3, ngemuva kokugwazwa nguyise ngaphambi kokuyosacazwa phansi esuka esitezi sesithupha efulethini eHillbrow.

Isikhulumi sesibhedlela iCharlotte Maxek eJohannesburg Academc uLungiswa Mvumvu sithe ingane ibisegumbini labagula kakhulu i-ICU ngoLwesithathu ebusuku.

OLUNYE UDABA: Ubaba usacaze phansi ingane efulethi wazibulala

Umama walo mfana naye owahlaselwa kulesi ngumyeni wakhe ukuso lesi sibhedlea kanti yena usesimeni esibucayi kodwa esikahle.

"Usevukile yena kodwa usozela yena kulandela ukuhlinzwa. Okhulumela umndeni ucele ukuba singawadaluli amagama abo ukuze bezokwazi ukuba bodwa njengoba besazilele ukushona kwababa," kusho uMvumvu.

Abomndeni banqabile ukuphawula ngoLwesithathu ebusuku.

Lo baba washona kulandela ukuziphosa phansi esuka esitezi esiphezulu efulethini kanti futhi kuzwakale ukuthi wadutshulwa ngamaphoyisa, kubika iThe Star.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.