Usashaqekile umphakathi ngokudlwengulwa ngengane yiqulu

2016-11-25 16:01

Cape Town – Umphakathi waseNyanga usathuthumela kulandela ukudlwengulwa kwentombazane eneminyaka engu-13 endaweni, ngokusho kwelungu le-ANC esiShayamthethu, uPat Lekker.

ULekker uthi izakhamuzi ngeke zasilibala lesi sehlakalo.

“Ngilapha ukuzoqinisa idolo umndeni wengane eneminyaka engu-13 ubudala. Kuthi angikhale. Ngidumele kakhulu.”

Kuboshwe umsolwa wesishagalombili ecaleni lokudlwengulwa kwentombazane eneminyaka engu-13 ubudala.

Umsolwa uboshwe ngasekuqaleni kwesonto.

OLUNYE UDABA: Kubanjwe uthisha enza ucansi nomfundi

Abanye abayisikhombisa baboshwa esikhathini esingaphezu kwesonto esedlule, ngemuva kancane kudlwengulwe intombazane eneminyaka engu-13 ubudala yaseNyanga.

Amaphoyisa asathungatha abanye abasolwa ababili.

Intomabazane yadalula ukuthi yadlwengulwa abalisa abayishumi.

Icala lihlehliselwe uDisemba 14 nokuyilapho kulindeleke ukuba abasolwa bafake isicelo sebheyili ngemuva kokuvela kafuphi ngoLwesihlanu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.