Usathukile umndeni ohlaselwe ngebhomu likaphethiloli

2016-05-06 17:02

Durban – Uphila lubhojozi umndeni waseningizimu neTheku ngemuva kokuthi  imoto yawo ihlaselwe ngebhomu likaphethiloli belele, kubika iDailyNews.

UJulie Moodley uthi uzwe kunomsindo ngasewindini lekamelo lakhe wathi uyabuka wabona kushunqa inthuthu. Uvuse umyeni wakhe uMel ukuba baphumela phandle bayobona ukuthi kwenzekani.

“Ngigijime kaningi ngilokhu ngikha amanzi ngizama ukucisha umlilo, ngize ngaxhuma ipayipi lokunisela,”kusho uMel.

OLUNYE UDABA:Iqulu labantu lizame ukushisa izindlu zamaphoyisa

Ngenhlanhla ayishanga kakhulu imoto yabo yohlobo lwe-Toyota Corolla.  Bathole ibhodlela elincane likapulasitiki elinendwangu ebomvu phakathi abasola ngathi ilona elothelwe ngomlilo.

“Sithe sesidlala ividiyo yekhamera kamakhelwane, sibone owesilisa ehamba emgwaqeni waze wangenela esangweni lakwami. Umile walayita okuthile wase eyakujikijela,”kusho uMel Moodley.

Laba bashadikazi banamadodakazi amabili athuke kakhulu ngalesi sehlakola. Banxusa amaphoyisa ukuba asebenze ngokuzikhandla ukuthola umuntu owenze lokhu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.