Usayilungu le-ANC uMbeki - Umbiko

2016-07-25 13:33

Johannesburg - OwayenguMengameli wezwe kuleli, uthabo Mbeki, uyiqinise idolo i-ANC ngaphambi kokhetho lohulumeni bezindawo, kubika iSolezwe.

UThabo Mbeki uqinisekise i-ANC wathi usayilungu likaKhongolose ngemuva kwemibiko yangesonto eledlule ethi akafuni ukukhakhasela iqembu njengoba kubhekwe okhethweni.

Funda nalolu daba: Uzobonakala kuZalo uNgqongqoshe

Esitatimendeni esikhishwe okhulumela uMbeki, uMukoni Ratshitanga, uthe ayilona iqiniso imibiko ethi uMbeki akasalona ilungu likaKhongolose, waqhuba ngelokuthi le mibiko kuhloswe ngayo ukuphazamisa imiphumela yokhetho, kubika iphephandaba.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.