Usaziwayo ozithole esebizwa "ngohlanyo" ubhodla okokuqala ngokwenzekile

2016-05-04 18:30

Johannesburg -  UBonang ubhodle kwi-Blog yakhe okokuqala ngemuva kokuthi aphenduke undabuzekwayo enkundleni yokuxhumana u-twitter, kubika iTimeslive.

“Kudala bengizama kule mpelasonto kanti lokhu kungenze ngabona ukuthi kulula ukuba umuntu aphazamiseke endleleni ayihambayo ngenxa yezinto eziqhamuka eceleni.”

UBonang uthi umama wakhe wamjwayeza ukuba agcine incwadi lapho azobhala khona zonke izifiso zakhe ukuze akwazi ukuthi uphokophelele kuphi.

OLUNYE UDABA:UBonang usheshe ‘wabala amaqanda inkukhu ingakachamiseli’

Uthi le ncwadi iyona emsizayo ukuze akhumbule wonke amaphupho akhe kanye nezifiso zakhe futhi akwazi ukubo ukuthi usezuze ini.

“Sonke siyadinga ukuba sithi ukubuyela emuva, sizikhumbuze wonke amaphupho ethi nokuthi kungani wayiqala le ndlela ohamba kuyo. Kubalulekile ukwazi inhloso yalokho okwenzayo,”kubhala yena.

Le ntokazi ubeyiqatha elidaphunwa yiningi ngempelasonto, kusukela kulowo owayeyisoka lakhe embiza ngokuthi “uhlanyo”, ngapha nesoka lakhe belijikijela okwalo lizama ukunqanda umlingo ngokhumbuza abantu ukuthi kuningi okungekuhle abebekuziba yena nentombi yakhe ezinkundleni zokuxhumana.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.